Current time in Vietnam:
Zulu

Iyini i-E-Visa yaseVietnam?

I-e-visa yehlukane ne-visa yephepha ekhishwa ngamanxusa aseVietnam.  Esikhundleni sokubhalisa kumanxusa aseVietnam, uMnyango WezokuFika waseVietnam sewaqala uhlelo lwe-E-VISA, olukuvumela ukuba ubhalisele i-visa ku-intanethi.

I-e-visa yaseVietnam yincwadi esemthethweni ekhishwa nguMnyango wezokuFika waseVietnman evumela izakhamuzi zamazwe akhethiwe zingene zihambe izinsuku ezingadluli u-30 ngokungena kanye.

Amazwe afanelekayo

Izakhamuzi zamazwe alandelayo zifanelwe luhlelo lwe-E-Visa yaseVietnman:

1. Andorra 21. Denmark 41. Macedonia 61. Portugal
2. Argentina 22. Estonia 42. Malta 62. Qatar
3. Armenia 23. Fiji 43. Marshall Islands 63. Romania
4. Australia 24. Finland 44. Mexico 64. Russia
5. Austria 25. France 45. Micronesia 65. Samoa
6. Azerbaijan 26. Georgia 46. Moldova 66. San Marino
7. Belarus 27. Germany 47. Monaco 67. Serbia
8. Belgium 28. Greece 48. Mongolia 68. Slovakia
9. Bosnia and Herzegovina 29. Hungary 49. Montenegro 69. Slovenia
10. Brazil 30. Iceland 50. Myanmar 70. Solomon Islands
11. Brunei 31. India 51. Nauru 71. Spain
12. Bulgaria 32. Ireland 52. Netherlands 72. Sweden
13. Canada 33. Italy 53. New Zealand 73. Switzerland
14. Chile 34. Japan 54. Norway 74. Timor-Leste
15. China * 35. Kazakhstan 55. Palau 75. UAE
16. Colombia 36. Korea (South) 56. Panama 76. United Kingdom
17. Croatia 37. Latvia 57. Papua New Guinea 77. United States of America
18. Cuba 38. Liechtenstein 58. Peru 78. Uruguay
19. Cyprus 39. Lithuania 59. Philippines 79. Vanuatu
20. Czech Republic 40. Luxembourg 60. Poland 80. Venezuela
* Including Hong Kong SAR & Macau SAR passport holders; Not apply to Chinese e-passport holders (passport number begin with “E”)

* Sicela uqaphele, kukhona okuhlukile, abanikazi bamaChinese e-Passport aqala ngo “E” – ngeke basebenzisa uhlelo lwe-e-visa yaseVietnam.

Izikhumulo zokungena

Abanikazi bama-e-visa bengangena futhi bephume eVietnam ezindaweni-zokuhlola zamzwe ngamazwe ezingu-28 ezingaphansi:

Izikhumulo zezindiza zamazwe onke

  1. Noi Bai international airport edolobha lase-Hanoi
  2. Tan Son Nhat international airport edolobha lase-Ho Chi Minh
  3. Cam Ranh international airport edolobha lase-Nha Trang
  4. Da Nang international airport edolobha lase-Da Nang
  5. Cat Bi international airport edolobha lase-Phong
  6. Can Tho international airport edolobha lase-Can Tho
  7. Phu Quoc international airport esiqhingi sase-Phu Quoc
  8. Phu Bai international airport edolobha lase-Hue

Imingcele yomhlaba

  1. Isango emngceleni eMong Cai border esifundazweni sase-Quang Ninh (umngcele ongaseChina)
  2. Isango emngceleni eFriendship noma eHuu Nghi esifundazweni sase-Lang Son province (umngcele ongaseChina)
  3. Isango emngceleni eLao Cai esifundazweni sase-Lao Cai (umngcele ongaseChina)
  4. Isango emngceleni eNam Can esifundazweni sase-Nghe An (umngcele ongaseLaos)
  5. Isango emngceleni eCau Treo esifundazweni sase-Ha Tinh (umngcele ongaseLaos)
  6. Isango emngceleni eCha Lo esifundazweni sase-Quang Binh (umngcele ongaseLaos)
  7. Isango emngceleni eLao Bao esifundazweni sase-Quang Binh (umngcele ongaseLaos)
  8. Isango emngceleni eBo Y esifundazweni sase-Kon Tum (umngcele ongaseCambodia & Laos)
  9. Isango emngceleni eMoc Bai esifundazweni sase-Tay Ninh (umngcele ongaseCambodia)
  10. Isango emngceleni eXa Mat esifundazweni sase-Tay Ninh (umngcele ongaseCambodia)
  11. Isango emngceleni eTinh Bien esifundazweni sase-An Giang (umngcele ongaseCambodia)
  12. Isango emngceleni eSong Tien esifundazweni sase-Tien Giang (umngcele ongaseCambodia)
  13. Isango emngceleni eHa Tien esifundazweni sase-Kien Giang (umngcele ongaseCambodia)

Amachweba olwandle

  1. Ichweba lase-Hon Gai esifundazweni sase-Quang Ninh
  2. Ichweba lase-Hai Phong esifundazweni sase-Hai Phong
  3. Ichweba lase-Nha Trang edolobha lase-Nha Trang (isifundazwe sase-Khanh Hoa)
  4. Ichweba lase-Da Nang edolobha lase-Da Nang
  5. Ichweba lase-Quy Nhon edolobha lase-Quy Nhon (isifundazwe sase-Binh Dinh)
  6. Ichweba lase-Vung Tau edolobha lase-Vung Tau (isifundazwe sase-Ba Ria Vung Tau)
  7. Ichweba lase-Ho Chi Minh edolobha lase-Ho Chi Minh

Izimfuneko zokubhalisela i-e-visa:

– Kumele ukuthi bonke ababhalisela i-e-visa baphila ngaphandle kweVietnam.

– Ube ngumnikazi wephasipothi esebenza izinyanga okungenani eziyisithupha (6) emva kokufika eVietnam.

– Futhi ube ne-imeyli ekuvumela ukukhulumisana futhi wamukele i-e-visa yakho.

– Ikhophi yephasipothi nesithombe sedijithali ukuze ugcwalise ifomu ku-intanethi.

Sihlonipha amalungelo akho obumfihlo nawezithombe.

Asinikezi njalo asithengisi isithombe nephasipothi kunoma ngubani.

Asisebenzisi izithombe zakho nekhophi yephasipothi yakho ekumaketheni.

Ibukeka kanjani i-e-visa yaseVietnam

Sicela ubuke ngaphansi isifanekiso se-e-visa yaseVietnam.

Isifanekiso se-eVisa yaseVietnam

Kungani ukhethe i-E-visa?

– I-e-Visa yaseVietnam yi-visa esemthethweni ekhishwa nguMnyango wezokuFika waseVietman. Ilula ukubhalisa futhi ivumela abahambi ukuthi bebhalise ku-intanethi, ngakho ke, iyenza kube lula ukungena eVietnam. Ngokungafani  “ne-visa etholwa lapho ufika”, i-E-visa ayidingi ukucelelwa “incwadi egunyaza i-visa” futhi akunasidingo sokuma edeskini le “landing visa” ukuze ucoshe i-visa.

– I-e-visa yaseVietnam ikuvumela ukuthi ungene ezikhumulweni zezindiza, emingcele yomhlaba namachweba olwandle. Ilungele uhambo lwendiza, lomgwaqo nowomkhumbi.

YOU MIGHT BE INTERESTED
Visit this link on mobile
Only from 6 USD/pp
Risky Free:
We charge service fee when your visa application is processed successfully.
Hassle-Free:
No passport send-off. No embassy queuing.
Fast:
Within 48 hours processing time.
Accessible:
100% online. Send and receive by email.
APPLY FOR VISA ON ARRIVAL VIETNAM
VietnamImmigration.com is a commercial website providing service for visa Vietnam and charge service fee. We are neither government website nor affiliated with embassy therefore our fee is higher than official fee from government.