Current time in Vietnam:
Zulu

I-visa yaseVietnam eyabantu baseNingizimu Afrika

Izakhamuzi zaseNingizimu Afrika zidinga i-visa ukuze zingene eVietnam.

Indlela yokuthola i-visa yokuvakashela iVietnam eyabantu baseNingizimu Afrika?

Okwamanje, kunezinketho ezintathu (3) zokuthola i-visa yokuvakasha yaseVietnam eyabantu baseNingizimu Afrika. Izakhamuzi zaseNingizimu Afrika noma izakhamuzi zamanye amazwe eziseNingizimu Afrika zingalandela imiyalo ngezansi ukuze zithole i-visa yokuvakashela iVietnam.

Inketho 1: Bhalisa i-e-visa yaseVietnam

Sihlole sathola ukuthi izakhamuzi zaseNingizimu Afrika AZIFANELE i-e-visa yaseVietnam, ngakho-ke, ungakhetha inketho 2 noma 3 ukuze uthole i-visa yokuvakashela iVietnam.

Sicela izakhamuzi zamanye amazwe zifundisise “Ngubani ofanele i-e-visa yaseVietnam?” ukuze zibone ukuthi ingabe ziyifanele i-visa yaseVietnam noma hhayi.

Inketho 2. Bhalisa i-visa kumanxusa aseVietnam aseNingizimu Afrika

Nansi ikheli lehhovisi likamanxusa aseVietnam, elisePitoli, Ningizimu Afrika, ongathinta khona ukuze ubhalise i-visa:

  • Ikheli: 87 Brooks Street, Brooklyn, Pretoria, South Africa
  • O. Box Hatfield 0028
  • Ucingo: + 27 (0) 12 362 8119
  • Isikhahlamezi: + 27 (0) 12 362 8115
  • Imeyli: embassy@vietnam.co.za
  • Webhusayithi: https://vnembassy-pretoria.mofa.gov.vn/

Inketho 3: Cela i-visa etholwa lapho ufika kuwebhusayithi  yama-visa.

Ngokungafani nama-visa atholwa lapho ufika kwamanye amazwe, ukuze uthole ​i-visa etholwa lapho ufika​ yaseVietnam, kumele abanikazi bamaphasipothi aseNingizimu Afrika baphathe ​incwadi egunyaza i-visa ebhalwe nguMnyango WezokuFika waseVietnam ekuvumela ukuthi ​uthathe i-visa yakho nxa ufika​ esikhumulweni sezindiza samazwe onke aseVietnam. Ziningi izinkampani namawebhusayithi ama-visa alungisa incwadi egunyaza i-visa, ungayicela kubo noma kithi ku-intanethi.

Sicela unake ukuba i-visa etholwa lapho ufika ngeyezivakashi ezingena eVietnam ngesikhumulweni sezindiza samazwe ngamazwe. Ukubhalisa i-visa ngenkampani esebenza ngezokyhamba kuyashesha njalo asikho isidingo sokuya kukheli likamanxusa ukuze eyamukele isicelo sakho.

YOU MIGHT BE INTERESTED

Sicela ukhethe okukodwa mayelana ne-visa kulokhu okulandelayo.

I-Visa Etholwa Lapho Ufika (VOA) ngenye yohlobo lwe-visa ekhishwa nguMnyango WezokuFika waseVietnam enikeza izivakashi ezifisa ukungena ezweni.

Visit this link on mobile
Risky Free:
We charge service fee when your visa application is processed successfully.
Hassle-Free:
No passport send-off. No embassy queuing.
Fast:
Within 48 hours processing time.
Accessible:
100% online. Send and receive by email.
APPLY FOR VISA ON ARRIVAL VIETNAM
VietnamImmigration.com is a commercial website providing service for visa Vietnam and charge service fee. We are neither government website nor affiliated with embassy therefore our fee is higher than official fee from government.