Current time in Vietnam:
Zulu

Izinyathelo zokuthola “I-Visa YaseVietnam Etholwa Lapho Ufika”

Izinyathelo zokuthola “I-Visa Etholwa Lapho Ufika”

  1. BHALISA KU-INTANETHI
  1. THOLA IGUNYAZA LE-VISA
  • Amukela ku-imeyli incwadi egunyaza i-visa.
  • Yethula bese ushicilela ikhophi yencwadi egunyaza i-visa. Lokhu kuzokuvumela ukuthi wazi ukuthatha i-visa etholwa lapho ufika esikhumulweni sezindiza osilandile.

Yini incwadi egunyaza i-visa? Funda okungeziwe

  1. THATHA I-VISA YAKHO
  • Bakhombise incwadi egunyaza i-visa edeskini lokufika lama-visa.
  • Khokha intengo yokugxiviza isitembu bese ugxivizisa i-visa kuphasopothi yakho.

Ithathwa kuphi i-visa etholwa lapho ufika? Funda okungeziwe

  1. UKUHLOLA eVIETNAM
  • Emva kokuthatha i-visa yakho edeskini lokufika lama-visa, bakhombise i-visa yakho endaweni-yokuhlola eyokungena eVietnam.
  • Kumele iphasipothi yakho ibe namakhasi angu-2 angena lutho okunamathisela i-visa nokugxiviza isitembu sokungena/sokuphuma.
  • Ube nohambo oluhle!

Izici “ze-Visa Etholwa Lapho Ufika”:

–             Akunasidingo sencwadi ukuze ubhalise ku-intanethi

–             Akukho ukuma emgqeni wasenxuseni

–             Ungakhetha ukubhalisela i-visa yenyanga eyodwa, yezinyanga ezingu-3, yezinyanga ezingu-6 noma eyezinyanga ezingu-12 futhi ungakhetha evumela ukungena kanye noma kaningi.

Okwenzayo?

Ukuze uthathe i-visa etholwa lapho ufika esikhumulweni sezindiza osilandile, kumele ugcwalise ifomu ku-intanethi yokucela incwadi egunyaza i-visa ekuvumela ukuba uthathe i-visa yakho ngesikhathi lapho ufika.

Esikwenzayo?

Sizolandelela inqubo eyenziwa nguMnyango WezokuFika waseVietnam ukuthi silungiselele incwadi egunyaza i-visa njengesicelo sakho ngezansi bese sikuthumela ku-imeyli yakho. Incwadi egunyazayo yincwadi esemthethweni ekuvumela ukuthi ugibele indizamshini bese uthatha i-visa yakho lapho ufika eVietnam.

YOU MIGHT BE INTERESTED

Yiziphi izincwadi ezidingeka ukuze uthathe i-visa yaseVietnam etholwa lapho ufika?

Visit this link on mobile
Risky Free:
We charge service fee when your visa application is processed successfully.
Hassle-Free:
No passport send-off. No embassy queuing.
Fast:
Within 48 hours processing time.
Accessible:
100% online. Send and receive by email.
APPLY FOR VISA ON ARRIVAL VIETNAM
VietnamImmigration.com is a commercial website providing service for visa Vietnam and charge service fee. We are neither government website nor affiliated with embassy therefore our fee is higher than official fee from government.