Current time in Vietnam:
Zulu

Iyini incwadi egunyaza i-visa?

Incwadi Egunyaza i-Visa yincwadi egunyaziwe, esayiniwe futhi enesicindezelo esibomvu soMnyango WezokuFika waseVietnam (Uhulumeni waseVietnam). Ikuvumela ukuthi ugibele futhi uthathe i-visa yakho lapho ekufikeni kwakho kunoma yisiphi kwezine sezikhumulo sezindiza zamazwe onke zaseVietnam.

– Ngokujwayelekile, le’ ncwadi ozoyithola ivumela ababhalisi abaningi kodwa abangadluli u-30 futhi amagama wonke wababhalisi azoshicilelwa kuncwadi eyodwa. Incwadi enjena ishibile.

Incwadi ehlanganyeliwe egunyazayo

– Uma ukhathazekile mayelana nobumfihlo noma ukuvikeleka, ungacela isisebenzi sakho esisebenza ngezohambo ukuba sikunikeze incwadi enegama lakho kuphela, futhi uma kusebenza, amagama omndeni noma abangane ohamba nabo. Incwadi enjena iyadula.

Incwadi eyimfihlo egunyazayo

Qaphela:

– Shicelela yonke incwadi egunyazayo (kuhle ngombala, kodwa lokhu akubalulekile) futhi ungakhohlwa ukuhamba nayo! Ezinye izinkampani zezindiza zizocela ukubona incwadi ngaphambi kokuba zikuvumele ungene noma ugibele indizamshini futhi uzoyidinga leyo ncwadi edeskini leVOA ngesikhathi ufika esikhumulweni sezindiza eVietnam.

– Kumele iphasipothi yakho ibe namakhasi angu-2 angena lutho okunamathisela i-visa nokugxiviza isitembu sokungena/sokuphuma.

YOU MIGHT BE INTERESTED
Visit this link on mobile
Risky Free:
We charge service fee when your visa application is processed successfully.
Hassle-Free:
No passport send-off. No embassy queuing.
Fast:
Within 48 hours processing time.
Accessible:
100% online. Send and receive by email.
APPLY FOR VISA ON ARRIVAL VIETNAM
VietnamImmigration.com is a commercial website providing service for visa Vietnam and charge service fee. We are neither government website nor affiliated with embassy therefore our fee is higher than official fee from government.